100 BarsAye ng'jwayel' inkabi ayizondi
Idla nazo kodwa ziyay'hlaba
Isikhathi samashinga unogwaja odla nezinja aye (Hlanzwa ney'nsizwa)
Ngeke siyiqale kwa A ngoba asiyiyelanga eskoleni
Lento sayincela ebeleni amakhosi ayibiza esigedlweni
Siyicela emakhoneni ney’nkunzi zisematholeni
Niphuph’ inkabi ingakafiki ukuphapha k’phelele embhedeni
Sekufik’ ushuni wenkabi uzozwa k’thiwa zimbi indaba
Ang'Mazi UmamaUyelele uyelele uyelelele
Ang'mazi umama (Kaze wayaph umama)
Uyelele uyelele
Wangshiy'Umama (Wooh umama)
Lashon ilanga lashon ilanga
Wemhlab'awnoni (Awnoni mhlaba)
Uyelele uyelele
Wemhlab'awnoni (Kodwa awnoni mhlaba)
Baba NgiyakhumbulaKub'ubaba usekhona lana
Ay yeh ishe
Kuba baba usekhona nam
Bab'usaphila nah
Kuba baba usekhona la
Kub' ubab'usaphila nam
(Ngab'uyangibona nam ubaba)
(Ngab'uyangibona nam unyana)
Ichwane LenyokaAnginabazali
Ashu
Mina ngi'chwane lenyoka
Ashu
Anginabazali ngi'ntandane
Mina ngi'nkabi edla yodwa
Anginabazali ngi'ntandane
Anginabani ngi'ntandane
Inkabi Awuna NembhezaAwunanembeza wenkabi (Shwele)
Yelele Nkabi yami
Bathi wemnganami wabulal'ubaba
Wangena waphuma washiya kulel'uyaca
Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda
Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka
Wemnganami wabulal'ubaba
Wangena waphuma washiya kulel'uyaca
Ivikela MbusoMa ngingalala amaqhawe ayoshabalala, yeyi (Shabalala)
Mina ngilivikela mbuso, ngi'vikela mbuso
Mina ngilivikela mbuso (Izosmosha lenkabi we gotta go)
Nkabi yinsika yesizwe, yeyi
Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo (Shabalala)
Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo
Ma ngingalala izinsizwa ziyophaphalala (Phaphalala)
Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
Ushun WenkabiYey wazini
Wazini ngenkabi rap ushuni wenkabi
Lento yaqala kanzima
Kwak'ngekho lula ukuhlanganisa ubrentwood ne rap
Mina ngangeke ngiyeke ushuni ngihambe phezu kwembewu
Lent' engiy'phethe u can't get bheka ngibangena
Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke
Mangiqala loshuni khohlwa akaze kwaba lula