Phuzekhemisi все тексты (слова) песен, переводы, видео, клипы
- Nanimshayeleni
Kukhon'umfana wami ohamba yedwa
Kukhon'umfana wami ohamba yedwa
Wahlangana nani ehamba yedwa
Wahlangana nani ehamba yedwa
Nanimshayelani ehamba yedwa
Nanimshayelani ehamba yedwa
Nihambe nishay'abantu
Wayehamba yedwa lomfana lo
- Sisempini
O sisempini, sisempini
O sisempini, sisempini
Kwaze kwasa thina
Singalele
Kwaze kwasa thina
Singalele thina
Sidlal'izidakwa ziqhath'abantu
Kufuyiw'ekhaya
- Ubhiya
Sewungaz'ungibulale
Ungibulalel'into engekho kanjena
Sewungaz'ungibulale
Ungibulalel'into engekho kanjena
Sewungaz'ungibulale
Sewungaz'ungibulalel'ubhiya
Lobhiya ngizowushiya kuwena
Lobhiya ngizowushiya kuwena
- Uguluv'omnyama
Ushela kanjani (Ushela kanjani kodwa wena)
Ushela kanjani (Ushela kanjani kodwa wena)
Eh mama (Uyawabamb'amantombazane)
Eh mama (Uyawabamb'amantombazane)
Ushela kanjani (Ushela kanjani kodwa wena)
Ushela kanjani (Ushela kanjani kodwa wena)
Eh mama (Uyawabamb'amantombazane)
Weh baba (Uyawabamb'amantombazane)
- Usathane
Asisukumeni sonke ma-Aflika
Asisukumeni sonke ma-Aflika
Silwe noSathane
Silwe noSathane
Badlwengul'izingane labantu
Badlwengul'izingane labantu
Badlwengul'oomama
Badlwengul'oomama
- Yekani Insangu
Bantwan'abancane musani ukubhem'insangu
Bantwan'abancane musani ukudl'iyidakamizwa
Yekani insangu
Ngisho esikoleni niyafeyila nibhem'insangu
Ngisho esikoleni niyafeyila nibhem'insangu
Yekani insangu
Bantwan'abancane musani ukubhem'insangu
Zingan'ezincane musani ukubhem'iyidakamizwa