Ofeleba все тексты (слова) песен, переводы, видео, клипы
Ama - CVNgifun'umfazi ozongiphatha kahle
Ngifun'umfazi ozongihlonipha
Ngifun'umfazi ozongiphatha kahle
Ngifun'umfazi ozongihlonipha
Mina ngifun'umfazi ozongiphatha kahle
Ngifun'umfazi ozongihlonipha
Hayi lo
Ongiphoxa nginabangane
GobiqoloSengikhathele nguwe mahlalela kuyoba nini na
Hamb'uyosebenz'uyekukulala la
Bathi kuyaqashwa kagobiqolo
Sengikhathele nguwe mahlalela kuyoba nini na
Hamb'uyosebenz'uyekukulala la
Bathi kuyaqashwa kagobiqolo
Bathi kuyaqashwa kagobiqolo
Naw'uzokuyek'ukudla ngokuphaphatha
Idlozi LamiLekelela dlozi lami washonaphi
Lekelela dlozi lami washonaphi
Nakhu
Ngidlal'ukuhlupheka
Nakhu
Ngidlal'izinkinga
Nakhu
Ngidlal'ukuhlupheka
Izitha ZamiNom'izitha zami zingaba 'ningi zigcwal'ibhasi
Akunani kodwa mangizazi ngizozinqoba
Nom'izitha zami zingaba 'ningi zigcwal'ibhasi
Akunani kodwa mangizazi ngizozinqoba
Hawu akunani kodwa mangizazi ngizozinqoba
Nom'izitha zami zingaba 'ningi zigcwal'ibhasi
Akunani kodwa mangizazi ngizozinqoba
Kubi lokuhlala ngingazi lutho nje
Khupul' UmsakazoBaba khuphul'umsakazo
Kukhon'engikuzwayo
Baba khuphul'umsakazo
Kukhon'engikuzwayo
Baba khuphul'umsakazo
Awu naba labafana
Nab'Ofeleba
Bangithinta kamnandi