- Imimoya
Imimoy'iphezulu
Imimoy'iphezulu
Nhliziy'iyaxokozela, ithemb'alikho
Kunenxabano ngapha nangaph'imimoy'iphezulu
Nqond'ephithizelayo
Icinga njalo ngabe koze kulunge
Yehlis'umoya we
Mdali wezinto zonke
- Ithalente
Mus'ukungibambezela
Awuboni ngiyasebenza
Mus'ukungibambezela
Awuboni ngivez'ithalente
Leli ngelami, naw'unelakho
Lisebenzise bo, lingelakho
Leli ngelami, naw'unelakho
Lisebenzise bo, lingelakho
- Ithuba
Ungisuse phansi wangibonis'impilo
Wangibek'emeveni
Ngob'ufuna ngifund'impilo
Abant'antabani bebengabaza
Bethi ngubani lomntwana lo
Angisafuni ngiloku ngichaza, ngibika
Oh, iminyango yam'ivuliwe
Bheka bengihamba, ngifuna, ngingatholi
- Izinganezethu
Awuyek'ukuhlukumez'izingane zethu
Awuyek'ukubulal'ikusasa lazo
Uzizw'unjani na
Uma kukhalwa ngenxa yakho
Awuyek'ukubulal'isizwe sethu
Nawe wazalwa umama
Bajabula bonk'ekhaya
Kwenzenjani na mase kunjena
- Ngim'tholile
Kade ngangifuna
Umunt'ofana nawe
Kade ngangizama
Ngibanik'uthando lwami
Akekh'owangiphatha kahle
Ngendlel'ongiphethe ngayo
Bonke babezama kodwa bangephumelela
(Ngimtholile) Ozohlala nami
- Ngiyavuma
Weza kimi
Ezondinik'amandla
Wathi ndingayeki
Ndingaphel'amandla
Noma sebethini kimi
Bethetha zonk'izinto lezi
Bevus'amagqubu
Izint'esengadlula kuzo
- Princess
Bangishiya nemibuzo enhlizweni yami
Ngihleli ngicabanga ngenzeni na
Ngihleli ngizibuza ngenzeni na
Ubuhlal'ungibiza ngePrincess yami
Manj'angisakuzw'ungibiza ngePrincess yami
Angisakuzw'ungibiza ngePrincess yami
Ngabe ngisayiyo iPrincess yakho?
Ngabe ngisayiyo
- Soka Lami
Nhliziyo yam'iyandivumela
Ithi lixesha lokuba ndiyekuyek'uhambe (Nhliziyo yam'iyandivumela)
Ndisulil'inyembezi zami
Ndikhalile ndazithulisa
Ngeke ndibuyele kuwe
We soka lam lakudala
Ndisulil'inyembezi zami
Ndikhalile ndazithulisa
- Sondela Baby
Kudala ngibona
Kudala ngigudla
But I've never found a love like yours
Ngihambile umhlaba wonke
But I've never found a love like yours
Kudala ngibona
Kudala ngigudla
But I've never found a love like yours
- Umoya
Pholis'umoya wami
Onamanxeba ami
Thath'umzimba wami
Kuwe ngiyawunikela
Amazwi ayalahleka
Kodw'umoya uyavuma
Amazwi ayalahleka
Kodw'umoya uyavuma
- Wezizwe
We ntab'ekude bo
Ndinyusele phuzu kwakho
Ndimemez'izizwe bo
Ndihlanganis'izizwe bo
We ntab'ekude bo
Ndinyusele phuzu kwakho
Ndimemez'izizwe bo
Ndihlanganis'izizwe bo
- Where I Belong
Have you ever stopped believing in yourself
Or have you ever felt like you're drowning
Have you ever felt like you're losing
You're not winning
Just hold your head up high
Don't you give in
Anyone out there
Who feels lost and in pain