Avante все тексты (слова) песен, переводы, видео, клипы
Eqalwe NquweEqalwe nguwe
Angeke eqalwe nguwe iqedwe ngomunye
Angeke eqalwe nguwe iqedwe ngomunye
Umuntu angayiqeda kanjani
Angeke eqalwe nguwe iqedwe ngomunye
Ngoba iqalwe nguwe
Angeke eqalwe nguwe iqedwe ngomunye
Umuntu angayiqeda kanjani (Angeke eqalwe nguwe iqedwe ngomunye)
MatasatasaSibiziwe khona
Ah kulensindiso
Noma simatasa ngezinto zomhlaba
Kodwa kukhon'ukuphila
Sibiziwe khona
Ah kulensindiso
Noma simatasa ngezinto zomhlaba
Kodwa kukhon'ukuphila
Noma KunzimaNoma kunzima kulomhlaba
Kodw'ukhon'uMelusi wami (Thi lalelalela weh)
Noma kunzima kulomhlaba
Kodw'ukhon'uMelusi wami
Noma kunzima kulomhlaba (Noma kunzima kulomhlaba)
Thi lalelalela weh (Kodw'ukhon'uMelusi wami)
Thi wo wo lala la la (Noma kunzima kulomhlaba)
Akekh'ofana Naye (Kodw'ukhon'uMelusi wami)
Sekuphele KonkeUma sekuphele konk'emhlabeni
Ngingasenalutho
Sebethi kuphelile ngami
Ngingasenalutho
Kepha mina ngiyazi
Ngale eZulwini
Ukhon'uMsindisi wempilo yami
Noma sekuphele konke
Thembela KuyenaThembela kuyena
Thembela kuyena
Nguy'izolo namhla naphakade
Uyob'ekhona
Thembela kuyena
Thembela kuyena
Yen'angeze wakudela
Nguy'ophethe'umhlaba wonke
ThethelaThethelela Baba
Shwele Ngonyama
Thethelela Thixo wethu
Kuzo zonk'iziphoso
Nkulunkulu inhliziyo zethu
Kuwe zinje ngezinekiweyo
Kanti nazo izifiso zethu
Kuwena zisobala
Ungalaleli AbantuUngalaleli abantu
Uma bekhuluma
Wena lalel'uJesu
Ngoba nguy'owaziyo
Ungalaleli abantu
Uma bekhuluma
Wena lalel'uJesu
Ngoba nguy'owaziyo